Izinkinga Zenhliziyo by Job Mothiba

Synopsis
Incazelo emfushane
Iningi lethu sibheka impilo ngezimo zenhliziyo ezahlukene. Angikhulumi ngokugula uma ngikhuluma ngezinkinga
zenhliziyo kodwa ngikhuluma ngezinkinga ngokomoya nangokozwelo.lezizimo ziyimiphumela yokuziba izimo esibhekana nazo empilweni okungaba ukulahlekelwa,ukuzila,usizi, injabulo,ukuthula kaye nokweneliseka. Ngoba uNkulunkulu uvamise ukukhuluma ngazo. Uma ekuletha kulesosimo,kusho ukuthi ngelinye ilanga ungaphenduka nawe usize omunye. Ayikho into enhle njengoku mamatheka komuntu oke wakhaliswa zinqinamba. “Makabongwe uNkulunkulu noYise weNkosi yethu uJesu Kristu, uYise wobubele, uNkulunkulu wenduduzo yonke,
osiduduza ezinkingeni zonke esibhekene nazo, ukuze nathi sibe namandla okududuza abasosizini, nomangabe olunjani, ngenduduzo nathi asiduduza ngayo.”
(2 korinte 1:3-4)
Incazelo ephelele

Reviews
Write your review
Wanna review this e-book? Please Sign in to start your review.